







Zenzeka izinto ngo Lwesithathu, and abebekade bekhona abawuvali umulomo namanje. It was a great experience indeed!
Our First Entertainment Event was a blast and thanks to you for your support and also for celebrating with us.




































Wena ongafikanga we got you as we promised, amaphotographers ethu asebenze ngokuzindla making sure that all moments are well captured.
Phela yey the drip was on another level, ingqephu yayisezingeni elicokeme ngenye indlela and lendaba izoxoxeka kahle ngamapictures.













































ECafe Cuba zazikhala kwaze kwaba ileyonkathi noDj bethu bengazibekile phansi ngeyngoma ezidansiyo phela nomsindo wethu beauty quality yodwa. Siyabonga koDj nakwiSound dept ngokuzinikela kwabo ukuthi zikhale kahle.
Ama Cocktails nawo ayemnandi bo, I think khona abagcina bewaphinda nje lol. Siyabonga kakhulu Kwi Café Cuba for Hosting our After Party nanokusihlinzeka ngeziphuzo ezehla esiphundu, nalana futhi izithombe zizobe seziyaqhubeka ngoba mina ngilanda too much kungasa ekuseni.
























































The Boat Cruise was our main activity phela ingasala kanjani kulomgosi, yey phela thina abanje it was our first time so namanje sisafisa ukuphinda inexperience. What’s a cruise! Madevu mfethu siyabonga, khona lapho sekudanswa Phambili as the boat hit the wave, ay man siyabonga. The quality of your service and staff was amazing, thumbs up for allowing us to dance and party on your Yacht.










































































































































































































































































