
Ukuhamba amazwe ngibone izindawo ezinhle ezahlukene, nabantu ngokuhlukana kwabo kuyiphupho lami.igama lam ngu NONTETHELELO MTHEMBU ngihlala eMBUMBULU ngineminyaka ewu 26.kulonyaka ngisezinhlelweni zokuphumelelisa phupho lam lokuhamba amazwe ngibone nabantu ngokuhlukana kwabo ,ngisemalungiselelweni okuthi ngiye koqala izifundo zokuba flight attendant e SKKY AVIATION ACADEMY.