“Ngiwumuntu onanesineke ngiyakthanda nokuba isbonelo esihle emphakathini.”

Ngiyintombazane enamashumi amabili (20) ubudala. Ngazalwa mhla ziyi 30 kuMasingana ngonyaka ka 2001. Umsebenzi engithanda ukuwenza ukuvakashela amazwe ahlukahlukene (Tourist) ngoba nguwumuntu othandayo ukufunda ngezinto ezintsha ezenzeka kwamanye amazwe,izilimi ezahlukahlukene abazikhulumayo, amasiko bawagcina kanjani kanye nokudla okunhlobonhlobo abakudlayo kanye ngiwumuntu ongaqhelelani nemvelo. Okwamanje ngiwumfundi e-Unisa lapho ngiqeqeshelwa khona ukuba nguthisha. Ngiwumuntu onanesineke ngiyakthanda nokuba isbonelo esihle emphakathini. Umdlalo engiwuthandayo ibhola likanobhutshuzwayo.